UGenesise 9:18-20
UGenesise 9:18-20 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Amadodana kaNowa, uShemu, uHamu, noJafethi aphuma emkhunjini. UHamu wayenguyise kaKhanani. Kulawa madodana kaNowa amathathu kwavela kuwo abantu abasabalala nomhlaba wonke. UNowa owayengumlimi, waba ngowokuqala ukutshala isivini.
Dlulisela
Funda UGenesise 9