UGenesise 3:6 - Compare All Versions
UGenesise 3:6 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Owesifazane ebona ukuthi umuthi muhle, ufanele ukudliwa, nokuthi uyaheha emehlweni, uyanxaneleka ekuhlakaniphiseni, wakha izithelo zawo wadla, wanika nomyeni wakhe owayenaye lapho, naye wadla.
Dlulisela
UGenesise 3 ZUL20UGenesise 3:6 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Owesifazane ebona ukuthi umuthi ulungele ukudliwa, nokuthi uyabukeka emehlweni, nokuthi umuthi unxanelekile ekuhlakaniphiseni, wathatha izithelo zawo, wadla, wanika nendoda yakhe kanye naye, nayo yadla.
Dlulisela
UGenesise 3 ZUL59UGenesise 3:6 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Owesifazane ebona ukuthi umuthi wawulungele ukudliwa, nokuthi uyabukeka emehlweni, nomuthi onxanelekayo ukuhlakaniphisa, wathatha isithelo sawo, wadla, wanika indoda yakhe; wadla.
Dlulisela
UGenesise 3 CZB24