UGenesise 19:29 - Compare All Versions

UGenesise 19:29 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Ngesikhathi uNkulunkulu ebhubhisa imizi eyayisethafeni wamkhumbula u-Abhrahama, wangambhubhisa uLothi naleyo mizi ayekade ehlala kuyo.

UGenesise 19:29 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kwathi lapho uNkulunkulu ebhubhisa imizi yasethafeni, uNkulunkulu wakhumbula u-Abrahama, waphumisa uLoti ekuchithekeni mhla ebhubhisa imizi ayehlezi kuyo uLoti.

UGenesise 19:29 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Lapho uNkulunkulu ebhubhisa imizi yasethafeni, uNkulunkulu wamkhumbula u-Abrahama futhi wamkhipha uLoti phakathi nenkathi ephendukayo, lapho egumbuqela imizi uLoti ayehlala kuyo.