UGenesise 17:17
UGenesise 17:17 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
U-Abrahama wawa ngobuso bakhe, wahleka, wathi enhliziyweni yakhe: “Oneminyaka eyikhulu uyakuzalelwa na? noSara oneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye uyakuzala na?
Dlulisela
Funda UGenesise 17UGenesise 17:17 IsiZulu 2020 (ZUL20)
U-Abhrahama wakhothama wathi mbo ngobuso wahleka, wakhuluma yedwa wathi: “Indoda ingayizala kanjani ingane isinekhulu leminyaka na? USara angabe esakwazi ukuzala ingane esehlanganise iminyaka engama-90, na?”
Dlulisela
Funda UGenesise 17