UGenesise 16:12 - Compare All Versions
UGenesise 16:12 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Uyakuba yindoda ewumdlwembe njengembongolo yasendle, amelane nabo bonke abantu, nabantu bonke bamelane naye, futhi uyoba nochuku ngisho nasezihlotsheni zakhe zonke.”
Dlulisela
UGenesise 16 ZUL20UGenesise 16:12 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Uyakuba ngumuntu onjengembongolo engathanjisiwe, isandla sakhe simelane nabo bonke, nesandla sabo bonke simelane naye, ahlale ngasempumalanga kwabafowabo bonke.”
Dlulisela
UGenesise 16 ZUL59UGenesise 16:12 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Uyakuba ngumuntu wasendle; isandla sakhe siyakuba phezu kwawo wonke umuntu, nesandla sawo wonke sibe phezu kwakhe; futhi uyakuhlala phambi kwabo bonke abafowabo.
Dlulisela
UGenesise 16 CZB24