UGenesise 1:14 - Compare All Versions

UGenesise 1:14 ZUL20 (IsiZulu 2020)

UNkulunkulu wathi: “Makuvele izikhanyisi emkhathini ukuze zehlukanise imini nobusuku, zibe yinkomba yezinkathi neyezinsuku neyeminyaka

UGenesise 1:14 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

UNkulunkulu wathi: “Makube khona emkhathini wezulu izinkanyiso ezahlukanisa imini nobusuku, zibe yizibonakaliso zezinkathi, nezezinsuku, nezeminyaka

UGenesise 1:14 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

UNkulunkulu wathi: “Makube khona emkhathini wezulu izinkanyiso zehlukanise imini nobusuku; futhi mazibe izibonakaliso nezinkathi nezinsuku neminyaka.