KwabaseGalathiya 4:30 - Compare All Versions
KwabaseGalathiya 4:30 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Nokho uthini umbhalo na? Khipha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.
Dlulisela
KwabaseGalathiya 4 ZULUNTKwabaseGalathiya 4:30 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha uthini umbhalo na? Uthi: “Xosha isigqilakazi nendodana yaso, indodana yesigqilakazi ayinakulidla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.”
Dlulisela
KwabaseGalathiya 4 ZUL20KwabaseGalathiya 4:30 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kodwa umbhalo uthini na? Uthi: “Xosha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayisoze yalidla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.”
Dlulisela
KwabaseGalathiya 4 ZUL59KwabaseGalathiya 4:30 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Nokho uthini umbhalo na? Khipha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.
Dlulisela
KwabaseGalathiya 4 CZB24