UHezekeli 37:4-5 - Compare All Versions

UHezekeli 37:4-5 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Wayesethi kimi: “Phrofetha phezu kwalawa mathambo, uthi kuwo: ‘Nina mathambo omileyo, yizwani izwi likaSimakade. Isho kanje iNkosi uSimakade kulawa mathambo, ithi: Bhekani, ngiyakufaka umoya kini, niphile.

UHezekeli 37:4-5 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Wayesethi kimi: “Profetha phezu kwalawa mathambo, uthi kuwo: ‘Nina mathambo omileyo, zwanini izwi likaJehova. Isho kanje iNkosi uJehova kulawa mathambo, ithi: Bhekani, ngiyakungenisa kini umoya, niphile.

UHezekeli 37:4-5 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Wathi kimi: “Profetha ngalawa mathambo, uthi kuwo: ‘O mathambo omileyo, yizwani izwi likaJehova. Isho kanje iNkosi uJehova ngalawa mathambo; Bhekani, ngiyakufaka umoya kini, niphile