UHezekeli 13:6 - Compare All Versions
UHezekeli 13:6 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Bakubonile okuyize namanga okubhula, labo abathi: “Kusho uSimakade,” kodwa uSimakade akabathumanga, nokho balindele ukuthi lifezeke izwi labo.
Dlulisela
UHezekeli 13 ZUL20UHezekeli 13:6 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Babonile okuyize nokubhula kwamanga abathi: “Kusho uJehova,” kepha uJehova kabathumanga, kodwa bethemba ukuthi ubeyakuqinisa izwi labo.
Dlulisela
UHezekeli 13 ZUL59UHezekeli 13:6 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Babona okuyize nokubhula kwamanga abathi: “UJehova ukhulumile, uJehova kabathumanga; futhi benza abanye babe nethemba lokuthi bayoliqinisa izwi.
Dlulisela
UHezekeli 13 CZB24