I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

U-Eksodusi 32:5-6

U-Eksodusi 32:5-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Kuthe ukuba u-Aroni akubone lokho, wakha i-althare phambi kwethole, wenza isimemezelo, wathi: “Kusasa kuzokuba nomkhosi kaSimakade.” Abantu bavuka ekuseni ngakusasa, banikela ngeminikelo yokushiswa, baletha iminikelo yokuthula; bahlala phansi ukuba badle, baphuze; basukuma ukuba badlale.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 32

U-Eksodusi 32:5-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

U-Aroni wakubona, wakha i-altare phambi kwalo; u-Aroni wamemezela wathi: “Kusasa kuzakuba khona umkhosi kaJehova.” Bavuka ekuseni ngakusasa, banikela ngeminikelo yokushiswa, baletha iminikelo yokuthula; abantu bahlala phansi ukuba badle, baphuze; bavuka ukuyodlala.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 32

U-Eksodusi 32:5-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

U-Aroni wakubona, walakhela i-altare; u-Aroni wamemeza wathi: Kusasa kungumkhosi weNkosi. Bavuka ekuseni ngakusasa banikela ngeminikelo yokushiswa, banikela ngeminikelo yokubonga; isixuku sahlala phansi ukuba sidle, siphuze, sasukuma ukuba sidlale.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 32
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo