I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

U-Eksodusi 13:21-22

U-Eksodusi 13:21-22 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Emini uSimakade wayehamba phambi kwabo ngensika yefu ukubakhombisa indlela, kuthi ebusuku ahambe phambi kwabo ngensika yomlilo ukuze abakhanyisele, bahambe ubusuku nemini. Akayisusanga phambi kwabantu insika yefu emini nensika yomlilo ebusuku.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 13

U-Eksodusi 13:21-22 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

UJehova wahamba phambi kwabo emini ngensika yefu eyobahola endleleni, nasebusuku ngensika yomlilo eyobakhanyisela ukuba bahambe imini nobusuku. Insika yefu emini nensika yomlilo ebusuku ayisukanga ebusweni babantu.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 13

U-Eksodusi 13:21-22 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

UJehova wahamba phambi kwabo emini ngensika yefu ukubahola endleleni; nasensikeni yomlilo ebusuku ukubakhanyisela; ukuhamba imini nobusuku: Akazange asuse insika yefu emini noma insika yomlilo ebusuku phambi kwabantu.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 13
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo