I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

U-Eksodusi 1:15-16

U-Eksodusi 1:15-16 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Inkosi yaseGibhithe yathi kubabelethisi bamaHebheru, okwakungoShifira noPhuwa: “Lapho nibelethisa abesifazane bamaHebheru sebesesigqikini sokubeletha, nibona ukuthi ngumfana, niyakumbulala, kodwa uma kuyintombazane niyiyeke iphile.”

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 1

U-Eksodusi 1:15-16 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Inkosi yaseGibithe yakhuluma kubabelethisi bamaHeberukazi, igama lomunye wabo linguShifira, elomunye linguPhuwa, yathi: “Nxa nibelethisa amaHeberukazi, niwabona esesihlalweni sokubeletha, uma kuyindodana, anoyibulala, kepha uma kuyindodakazi, izakuphila.”

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 1

U-Eksodusi 1:15-16 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Inkosi yaseGibithe yakhuluma kubabelethisi bamaHeberu, igama lomunye lalinguShifra, igama lomunye lalinguPhuwa; Wasesithi: Uba ubelethisa amaHebherukazi, ubabona besesendle; uma kungumfana, nimbulale; kepha uma kuyindodakazi, iyakuphila.

Dlulisela
Funda U-Eksodusi 1
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo