U-Esteri 8:11
U-Esteri 8:11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kulezo zincwadi kwakubhalwe ukuthi abaJuda, emizini yonke babevunyelwe ukuba bahlangane, bazivikele, babulale, babhubhise amabutho esifundazwe abahlaselayo, izingane nabesifazane, baphange nezimpahla zabo
U-Esteri 8:11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
inkosi eyavumela ngakho abaJuda ababesemizini ngemizi ukuba babuthane, bamele ukuphila kwabo, bachithe, babulale, babhubhise onke amabutho abantu nawesifunda abahlaselayo, izingane nabesifazane, impahla yabo ibe yimpango
U-Esteri 8:11 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Lapho inkosi yanika abaJuda ababekuyo yonke imizi ukuba babuthane, bamele ukuphila kwabo, ukuba bachithe, babulale, bachithe onke amandla abantu nezifunda ezaziyakubahlasela, abancane nabesifazane, ukuthatha impango yabo ibe yimpango