Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

U-Esteri 4:7 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

U-Esteri 4:7 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

UMoridekayi wamtshela konke okumehleleyo nenani lemali uHamani ayethembisile ukulikhokhela esikhwameni senkosi ngabaJuda ukuba babhujiswe.

U-Esteri 4:7 ZUL20 (IsiZulu 2020)

UMoridekhayi wamtshela konke okwakumehlele, nangesamba sesiliva uHamani ayethembise ukusikhokha esikhwameni senkosi ukuze kubhujiswe abaJuda.

U-Esteri 4:7 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

UMoridekayi wamtshela konke okwamehlele, nenani lemali uHamani athembise ukuyibuyisela endlini yengcebo yenkosi ukuba abaJuda bawabhubhise.