Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

U-Esteri 4:5 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

U-Esteri 4:5 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

U-Esteri wayesebiza uHathaki wezinduna zenkosi eyayimmisile ukuba amkhonze, wamyala ukuba aye kuMoridekayi, ukuze akwazi ukuthi kuyini nokuthi kungani na?

U-Esteri 4:5 ZUL20 (IsiZulu 2020)

U-Esteri wayesebiza uHathakhi, omunye wabathenwa basesigodlweni, inkosi eyayimqokele ukusebenzela indlovukazi, ukuba ayobuza kuMoridekhayi ukuthi kwenzenjani, nokuthi yini eyenza aziphathe ngalolo hlobo na?

U-Esteri 4:5 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

U-Esteri wayesebiza uHathagi, omunye wezinceku zenkosi eyayimmisile ukuba amnakekele, wamnika umyalo kuMoridekayi ukuze azi ukuthi kuyini nokuthi kungani.