U-Esteri 4:4 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
U-Esteri 4:4 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Izintombi zika-Esteri nezinduna zakhe zafika zamtshela lokho; inkosikazi yazwiswa kakhulu ubuhlungu; yathuma izingubo zokumembathisa uMoridekayi, yasusa kuye ingubo yakhe yamasaka; kepha akazamukelanga.
Dlulisela
U-Esteri 4 ZUL59U-Esteri 4:4 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Izintombi eziyizisebenzi zika-Esteri nabathenwa bamazisa ngalokho, waphatheka kabi kakhulu, wamthumelela izingubo uMoridekhayi ukuze akhumule indwangu eyisaka, agqoke zona, kodwa wazenqaba.
Dlulisela
U-Esteri 4 ZUL20U-Esteri 4:4 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Zase zifika izincekukazi zika-Esteri nezincekukazi zakhe, zamtshela. Khona-ke indlovukazi yadabuka kakhulu; wathumela izingubo zokugqokisa uMoridegayi, akhumule indwangu yakhe yesaka kuye, kepha akazemukelanga.
Dlulisela
U-Esteri 4 CZB24