Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

U-Esteri 4:3 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

U-Esteri 4:3 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kuzo zonke izifunda lapho kwafika khona izwi lenkosi nomthetho wayo, kwaba khona ukulila okukhulu phakathi kwabaJuda, nokuzila ukudla nokukhala ngezinyembezi, nokulila; abaningi balala phansi bembethe izindwangu zamasaka nomlotha.

U-Esteri 4:3 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kuzo zonke izifundazwe lapho kwafinyelela khona izwi lenkosi nomthetho wayo, kwaba nomsindo wokulila okukhulu kubaJuda; bazila ukudla, bakhala, balila, iningi labo lalala phansi ligqoke indwangu eyisaka, lazithela ngomlotha.

U-Esteri 4:3 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ezifundeni zonke nomaphi lapho kwafika khona izwi lenkosi nesimiso sayo, kwaba khona ukulila okukhulu phakathi kwabaJuda, nokuzila ukudla, nokukhala, nokukhala; abaningi balala bembethe amasaka nomlotha.