Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

U-Esteri 4:1 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

U-Esteri 4:1 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

UMoridekayi esekwazi konke okwenziweyo, uMoridekayi waziklebhula izingubo zakhe, wembatha indwangu yamasaka nomlotha, waphumela phakathi komuzi, wakhala ngokukhala okukhulu okumunyu

U-Esteri 4:1 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kwathi ukuba uMoridekhayi ezwe ngakho konke okwakwenzekile, waklebhula izingubo zakhe, wagqoka isaka, wazithela ngomlotha ekhanda, wazulazula emzini ekhala kakhulu nakalusizi.

U-Esteri 4:1 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kwathi uMoridegayi ebona konke okwenzekileyo, uMoridegayi waklebhula izingubo zakhe, wembatha izingubo zokulila nomlotha, waphuma waya phakathi nomuzi, wakhala ngokukhala okukhulu nokubabayo