U-Esteri 3:14 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
U-Esteri 3:14 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Impinda yokulotshiweyo yanikwa ukuba ibe yisimemezelo ezifundeni zonke, kumenyezelwe kubantu bonke ukuba bazilungiselele lolo suku.
Dlulisela
U-Esteri 3 ZUL59U-Esteri 3:14 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kwakukhona nomyalo othi kumele kwenziwe nezinye izincwadi zaleso sinqumo, zisiwe kuzo zonke izifundazwe kube ngumthetho, ukuze bonke abantu bazi ngawo, bame ngomumo ngalolo lusuku.
Dlulisela
U-Esteri 3 ZUL20U-Esteri 3:14 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ikhophi yombhalo womyalo oyakuphuma ezifundeni zonke, yaziswa kubo bonke abantu, ukuthi babe sebelungile ngalolo suku.
Dlulisela
U-Esteri 3 CZB24