Kwabase-Efesu 3:20-21 - Compare All Versions
Kwabase-Efesu 3:20-21 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kuye yena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikucabangayo ngokwamandla asebenza kithi. Makube kuye udumo ebandleni ngoKristu Jesu ezizukulwaneni zonke zaphakade naphakade. Amen.
Kwabase-Efesu 3:20-21 ZUL20 (IsiZulu 2020)
KuYena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikuqondayo ngokwamandla asebenza kithi, makube kuye udumo ebandleni nakuKhristu uJesu ezizukulwaneni zonke, phakade naphakade. Amen.
Kwabase-Efesu 3:20-21 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Kepha yena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikuqondayo ngokwamandla asebenza kithi, makube kuye udumo ebandleni nakuKristu Jesu ezizukulwaneni zonke zaphakade naphakade. Amen.
Kwabase-Efesu 3:20-21 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)