UmShumayeli 7:13-14
UmShumayeli 7:13-14 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Bheka umsebenzi kaNkulunkulu; ngubani ongaqondisa akugobisileyo na? Ngosuku lwempumelelo, jabula; ngosuku lwenhlupheko, qaphela; nguNkulunkulu ozenzile zombili lezi zinsuku. Ngakho-ke umuntu ngeke akwazi ukubona okuyoba khona uma esefile.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 7UmShumayeli 7:13-14 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Bona umsebenzi kaNkulunkulu, ngokuba ngubani ongelula lokho akugobileyo na? Yenama ngosuku lwenhlanhla, kepha ngosuku olubi qonda ukuthi nalolu uNkulunkulu ulwenzile njengalolo, ukuze umuntu angafumani lutho oluyakuba khona emva kwakhe.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 7UmShumayeli 7:13-14 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Bhekani umsebenzi kaNkulunkulu, ngokuba ngubani ongaqondisa lokho akwenze kwaba yisigwegwe na? Thokozani ngosuku lwenhlanhla, kepha qaphelani ngosuku lokuhlupheka; uNkulunkulu wamisa omunye komunye, ukuze umuntu angafumani lutho emva kwakhe.
Dlulisela
Funda UmShumayeli 7