I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

UDaniyeli 6:19-20

UDaniyeli 6:19-20 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Inkosi yavuka kusempondozankomo, yaphuthuma emphandwini wezingonyama. Kwathi lapho inkosi isisondele kuwo kuDaniyeli, yamemeza ngezwi elinosizi; yakhuluma, yathi kuDaniyeli: “Daniyeli, nceku kaNkulunkulu ophilayo, ngabe uNkulunkulu wakho omkhonza njalo ukwazile yini ukukuhlenga ezingonyameni na?”

Dlulisela
Funda UDaniyeli 6

UDaniyeli 6:19-20 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Inkosi yavuka ekuseni kakhulu, yashesha yaya emphandwini wezingonyama. Kwathi isisondele emphandwini kuDaniyeli, yamemeza ngezwi elikhalayo; inkosi yakhuluma, yathi kuDaniyeli: “Daniyeli, wena nceku kaNkulunkulu ophilayo, uNkulunkulu wakho omkhonza njalo angakukhulula kuzo izingonyama na?”

Dlulisela
Funda UDaniyeli 6

UDaniyeli 6:19-20 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Khona-ke inkosi yavuka ekuseni kakhulu yaphuthuma emphandwini wezingonyama. Lapho ifika emgodini, yakhala kuDaniyeli ngesililo; inkosi yakhuluma, yathi kuDaniyeli: “Daniyeli, nceku kaNkulunkulu ophilayo, uNkulunkulu wakho omkhonza njalo unamandla okukophula ezingonyameni na?

Dlulisela
Funda UDaniyeli 6
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo