UDaniyeli 1:4 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
UDaniyeli 1:4 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
abafana abangenasici, ababukeka kahle, abanengqondo ekuhlakanipheni konke, abanolwazi ekwazini, abanokuqonda ekwazini, abanamandla ukukhonza endlini yenkosi, abafundise izincwadi nolimi lwamaKaledi.
UDaniyeli 1:4 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Aqoke abafana abangenasici, ababukeka kahle, abanengqondo ekuhlakanipheni konke, abanolwazi ekwazini, abanokuqonda ekwazini, abanamandla okukhonza endlini yenkosi; abafundise izincwadi nolimi lwamaKhaledi.
UDaniyeli 1:4 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Abantwana abangenasici kubo, kodwa abathandekayo nabanamandla kukho konke ukuhlakanipha nobuqili olwazini nasekuqondeni kwesayensi, ababenamandla okuma esigodlweni senkosi, ababengafundisa kubo ukufunda nolimi lamaKaledi.