I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

KwabaseKolose 3:18-21

KwabaseKolose 3:18-21 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)

Bafazi, thobelani amadoda enu, njengokufanele eNkosini. Madoda, thandani omkenu, ningabazondi. Bantwana, lalelani abazali benu ezintweni zonke, ngokuba lokho kuyathandeka eNkosini. Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, funa badangale.

Dlulisela
Funda KwabaseKolose 3

KwabaseKolose 3:18-21 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Bafazi, thobelani amadoda enu njengokufanele eNkosini. Madoda, thandani omkenu, ningabacasukeli. Bantwana, lalelani abazali benu ezintweni zonke, ngokuba lokho kuyathandeka eNkosini. Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, funa badikibale.

Dlulisela
Funda KwabaseKolose 3

KwabaseKolose 3:18-21 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Bafazi, thobelani amadoda enu njengokufanele eNkosini. Madoda, thandani omkenu, ningabacasukeli. Bantwana, lalelani abazali benu ezintweni zonke, ngokuba lokho kuyathandeka eNkosini. Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu ukuba bangadangali.

Dlulisela
Funda KwabaseKolose 3

KwabaseKolose 3:18-21 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Bafazi, thobelani amadoda enu, njengokufanele eNkosini. Madoda, thandani omkenu, ningabazondi. Bantwana, lalelani abazali benu ezintweni zonke, ngokuba lokho kuyathandeka eNkosini. Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, funa badangale.

Dlulisela
Funda KwabaseKolose 3
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo