IzEnzo 9:33 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
IzEnzo 9:33 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Wafumana khona umuntu othile ogama lakhe lingu-Eneya, owayeselele ecansini iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.
IzEnzo 9:33 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Wafumana lapho umuntu othile ogama lakhe kungu-Eneya, owayeselale ecansini iminyaka eyisishiyagalombili, efe uhlangothi.
IzEnzo 9:33 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Wafumana khona umuntu othiwa ngu-Eneya, owayeselele iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.
IzEnzo 9:33 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Wafumana khona umuntu othiwa ngu-Eneya, owayeselele iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.