Yeqela kokuqukethwe

IzEnzo 9:27 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

IzEnzo 9:27 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kodwa uBarnaba wamthatha, wamyisa kubaphostoli, wabalandisa ngokuthi uyibonile iNkosi endleleni, nokuthi ikhulumile kuye, nokuthi eDamaseku wayeshumayele ngesibindi ngegama likaJesu.

IzEnzo 9 ZUL59

IzEnzo 9:27 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kepha uBharnabha wamthatha, wamyisa kubaphostoli, wabalandisa ukuthi uyibonile iNkosi endleleni, nokuthi ikhulumile kuye, nokuthi wayeshumayele kanjani ngesibindi ngegama likaJesu eDamaseku.

IzEnzo 9 ZUL20

IzEnzo 9:27 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kepha uBarnabasi wamthatha, wamyisa kubaphostoli, wabalandisa ukuthi uyibonile iNkosi endleleni, nokuthi yayikhulumile kuye, nokuthi wayeshumayele ngesibindi eDamaseku ngegama likaJesu.

IzEnzo 9 ZULUNT

IzEnzo 9:27 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kepha uBarnabasi wamthatha, wamyisa kubaphostoli, wabalandisa ukuthi uyibonile iNkosi endleleni, nokuthi yayikhulumile kuye, nokuthi wayeshumayele ngesibindi eDamaseku ngegama likaJesu.

IzEnzo 9 CZB24