IzEnzo 5:36 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
IzEnzo 5:36 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Ngokuba ngaphambi kwalezi zinsuku kwasuka uThewuda ezishaya omkhulu; kwanamathela kuye amadoda angathi amakhulu amane; wabulawa yena nabo bonke abamlalelayo, bachitheka, baphela.
Dlulisela
IzEnzo 5 ZUL59IzEnzo 5:36 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Ngokuba kulezi zinsuku ezedlule, kwasuka uThewuda wazenza umuntu omkhulu; waba nabalandeli, amadoda angaba ngama-400. Wabulawa, kwathi bonke abamlalelayo, bahlakazeka baphela nya.
Dlulisela
IzEnzo 5 ZUL20IzEnzo 5:36 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Ngokuba ngaphambi kwalezi zinsuku kwasuka uThewuda, ezishaya utho; okwazihlanganisa naye isibalo sabantu kungathi abangamakhulu amane; bonke abamlalelayo bahlakazeka, baba yize.
Dlulisela
IzEnzo 5 ZULUNTIzEnzo 5:36 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngokuba ngaphambi kwalezi zinsuku kwasuka uThewuda, ezishaya utho; okwazihlanganisa naye isibalo sabantu kungathi abangamakhulu amane; bonke abamlalelayo bahlakazeka, baba yize.
Dlulisela
IzEnzo 5 CZB24