Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

IzEnzo 5:34 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

IzEnzo 5:34 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kwase kusukuma omunye emphakathini, umFarisi ogama lakhe linguGamaliyeli, isazimthetho esitusekayo esizweni sonke, wayala ukuba abantu bakhishwe isikhashana

Dlulisela
IzEnzo 5 ZUL59

IzEnzo 5:34 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kwase kusukuma omunye emkhandlwini, umFarisi ogama lakhe nguGamaliyeli, isazimthetho esihlonishwayo esizweni sonke, wayala ukuba laba abantu bakhishelwe phandle isikhashana

Dlulisela
IzEnzo 5 ZUL20

IzEnzo 5:34 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kwasekusukuma omunye emphakathini, umFarisi ogama lakhe linguGamaliyeli, umfundisi womthetho otusekayo kubantu bonke, wayala ukuba abaphostoli bakhishwe isikhashana

Dlulisela
IzEnzo 5 ZULUNT

IzEnzo 5:34 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kwasekusukuma omunye emphakathini, umFarisi ogama lakhe linguGamaliyeli, umfundisi womthetho otusekayo kubantu bonke, wayala ukuba abaphostoli bakhishwe isikhashana

Dlulisela
IzEnzo 5 CZB24