Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

IzEnzo 4:34 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

IzEnzo 4:34 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kwakungekho oswelayo phakathi kwabo; ngokuba bonke ababengabanikazi bamazwe noma bezindlu bathengisa ngakho, baletha imali yalokho abathengise ngakho

Dlulisela
IzEnzo 4 ZUL59

IzEnzo 4:34 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kwakungekho osweleyo phakathi kwabo, ngokuba bonke ababengabanikazi bamazwe noma bezindlu bathengisa ngakho, imali yalokho ababekuthengisile bayiletha

Dlulisela
IzEnzo 4 ZUL20

IzEnzo 4:34 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kwakungekho phakathi kwabo owayeswela, ngokuba bonke ababenezindawo noma izindlu bathengisa, baletha amanani okuthengisiweyo.

Dlulisela
IzEnzo 4 ZULUNT

IzEnzo 4:34 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kwakungekho phakathi kwabo owayeswela, ngokuba bonke ababenezindawo noma izindlu bathengisa, baletha amanani okuthengisiweyo.

Dlulisela
IzEnzo 4 CZB24