IzEnzo 28:2 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
IzEnzo 28:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Abantu bakhona basiphatha ngobubele obungavamile, ngokuba babebasa umlilo, basamukela sonke ngenxa yemvula eyayisina nangenxa yamakhaza.
Dlulisela
IzEnzo 28 ZUL59IzEnzo 28:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Abantu bakhona basiphatha ngobubele obungavamile, sebebase umlilo, basemukela sonke, ngenxa yokuba lalina futhi kumakhaza.
Dlulisela
IzEnzo 28 ZUL20IzEnzo 28:2 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Amaqaba asenzela umusa omkhulu, ngokuba aphemba umlilo, asamukela sonke ngenxa yemvula eyayisina nangenxa yamakhaza.
Dlulisela
IzEnzo 28 ZULUNTIzEnzo 28:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Amaqaba asenzela umusa omkhulu, ngokuba aphemba umlilo, asamukela sonke ngenxa yemvula eyayisina nangenxa yamakhaza.
Dlulisela
IzEnzo 28 CZB24