Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

IzEnzo 23:16 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

IzEnzo 23:16 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha indodana kadadewabo kaPawulu yezwa ngokumqamekela kwabo, yafika yangena ekamu,* yambikela uPawulu.

Dlulisela
IzEnzo 23 ZUL59

IzEnzo 23:16 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kepha umshana kaPawula walizwa icebo labo lokumlalela unyendle, bambulale, wayeseya enkanjini, wangena, wambikela uPawula.

Dlulisela
IzEnzo 23 ZUL20

IzEnzo 23:16 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kwathi indodana kadadewabo kaPawuli isizwile ngokuqamekela kwabo, yasuka yangena enkambeni yamabutho, yabikela uPawuli.

IzEnzo 23:16 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kwathi indodana kadadewabo kaPawuli isizwile ngokuqamekela kwabo, yasuka yangena enkambeni yamabutho, yabikela uPawuli.

Dlulisela
IzEnzo 23 CZB24