Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

IzEnzo 18:5 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

IzEnzo 18:5 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha sebefikile oSila noThimothewu behla eMakedoniya, uPawulu wakhathalela izwi, wafakaza kubaJuda ukuthi uJesu unguKristu.

Dlulisela
IzEnzo 18 ZUL59

IzEnzo 18:5 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kwathi sekufike uSila noThimothewu bevela eMakhedoniya, uPawula wagxila kakhulu ezwini, efakaza kubaJuda ngokuthi uJesu unguKhristu.

Dlulisela
IzEnzo 18 ZUL20

IzEnzo 18:5 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kwathi sebefikile oSila loThimothewu bevela eMakedoniya, uPawulu wacindezeleka emoyeni, wafakaza kubaJuda ukuthi uJesu unguKristu.

IzEnzo 18:5 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kwathi sebefikile oSila loThimothewu bevela eMakedoniya, uPawulu wacindezeleka emoyeni, wafakaza kubaJuda ukuthi uJesu unguKristu.

Dlulisela
IzEnzo 18 CZB24