Yeqela kokuqukethwe

IzEnzo 16:37 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

IzEnzo 16:37 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kepha uPawulu wathi kuzo: “Basishayile phambi kwabantu singalahlwanga cala, thina singabantu abangamaRoma, basiphonsa etilongweni; manje basikhipha ngasese na? Qhabo, akuze bona, basikhiphe.”

IzEnzo 16 ZUL59

IzEnzo 16:37 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kepha uPawula wathi kuzo: “Basishayile phambi kwabantu, singalahlwanga cala, thina singabantu abangamaRoma, basigquma ejele. Manje basikhipha ngasese na? Phinde, neze! Abeze bona, basikhiphe.”

IzEnzo 16 ZUL20

IzEnzo 16:37 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kepha uPawulu wathi kubo: “Basishayile obala singalahlwanga cala, thina singamaRoma, basiphonsa etilongweni; manje basikhipha ngasese na? cha impela; kodwa mabeze bona basikhiphe.

IzEnzo 16:37 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kepha uPawulu wathi kubo: “Basishayile obala singalahlwanga cala, thina singamaRoma, basiphonsa etilongweni; manje basikhipha ngasese na? cha impela; kodwa mabeze bona basikhiphe.

IzEnzo 16 CZB24