IzEnzo 15:22 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
IzEnzo 15:22 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Khona kwaba kuhle kubaphostoli namalunga nakulo ibandla lonke ukuthumela e-Antiyokiya noPawulu noBarnaba amadoda akhethiweyo phakathi kwabo, uJuda othiwa uBarsaba noSila, amadoda angabaholi phakathi kwabazalwane
IzEnzo 15:22 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Ngakho-ke kwaba kuhle kubaphostoli, kumalunga, nakulo lonke ibandla ukuba kukhethwe amadoda phakathi kwabo, athunyelwe e-Antiyokhiya noPawula noBharnabha, bakhetha uJuda okuthiwa uBharsabha noSila, ababengabaholi phakathi kwabazalwane.
IzEnzo 15:22 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
Kwaba kuhle-ke kubaphostoli namalunga kanye nebandla lonke ukuthumela amadoda athile phakathi kwabo e-Antiyokiya kanye noPawulu noBarnaba; okungukuthi uJuda othiwa uBarsaba, noSila, izinduna phakathi kwabazalwane
IzEnzo 15:22 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)