IzEnzo 15:20 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo
IzEnzo 15:20 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
kodwa masibalobele ukuba bayeke amanyala ezithombe, nawobufebe, nawokuqumbeleneyo, nawegazi.
IzEnzo 15:20 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Kepha masibalobele ukuba bayeke amanyala ezithombe, nawobufebe, nawokudla inyama yesilwane esiklinyiwe, nokusenegazi.
IzEnzo 15:20 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)
kodwa sibabhalele ukuthi bayeke amanyala ezithombe, lobufebe, lokukhanyiweyo, legazi.
IzEnzo 15:20 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
kodwa sibabhalele ukuthi bayeke amanyala ezithombe, lobufebe, lokukhanyiweyo, legazi.