I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

IzEnzo 10:9-11

IzEnzo 10:9-11 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)

Ngangomuso besahamba, besondela emzini, uPetru wakhuphukela phezu kwendlu ukuyokhuleka ngehora lesithupha; Walamba kakhulu, wafuna ukudla; Wabona izulu livulekile, nesitsha esithile sehlela kuye, njengendwangu enkulu, eboshiwe emagumbini omane, yehliselwa emhlabeni

Dlulisela
Funda IzEnzo 10

IzEnzo 10:9-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Kuthe ngakusasa besahamba labo, sebesondela emzini, uPhethro wenyukela phezu kwendlu ukuba ayokhuleka ngehora lesithupha. Walamba, wafuna ukudla, kodwa kwathi besamlungisela wafikelwa yisiyezi. Wabona izulu livulekile kunesitsha esithile sehla sinjengendwangu enkulu, sehliselwa emhlabeni ngamachopho amane.

Dlulisela
Funda IzEnzo 10

IzEnzo 10:9-11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Ngangomuso besahamba labo, sebesondela emzini, uPetru wenyukela phezu kwendlu ukuyokhuleka ngehora lesithupha. Khona walamba kakhulu, wafuna ukudla; kepha besamlungisela wehlelwa yisiyezi, wabona izulu livulekile nesitsha esithile sehla sinjengendwangu enkulu, sehliselwa emhlabeni ngamachopho amane.

Dlulisela
Funda IzEnzo 10

IzEnzo 10:9-11 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Ngangomuso besahamba, besondela emzini, uPetru wakhuphukela phezu kwendlu ukuyokhuleka ngehora lesithupha; Walamba kakhulu, wafuna ukudla; Wabona izulu livulekile, nesitsha esithile sehlela kuye, njengendwangu enkulu, eboshiwe emagumbini omane, yehliselwa emhlabeni

Dlulisela
Funda IzEnzo 10
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo