IzEnzo 10:44-46
IzEnzo 10:44-46 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
UPetru esakhuluma lawo mazwi, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo bonke ababelizwa izwi. Abasokile abakholwayo ababeze noPetru bamangala, ngokuba isipho sikaMoya oNgcwele sitheliwe naphezu kwabezizwe. Ngokuba babezwa bekhuluma ngezilimi, betusa uNkulunkulu. Khona uPetro waphendula wathi
IzEnzo 10:44-46 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Esakhuluma uPhethro lawo mazwi, uMoya oNgcwele wehlela kubo bonke ababelilalele izwi. Abasokileyo abakholwayo ababefike noPhethro bamangala kakhulu bebona ukuthi isipho sikaMoya oNgcwele sithululelwe naphezu kwabezizwe. Ngokuba babezwa bekhuluma ngezilimi, betusa uNkulunkulu. UPhethro wayesephendula ethi
IzEnzo 10:44-46 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kwathi uPetru esakhuluma lawo mazwi, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo bonke ababelizwa izwi. Abokusoka abakholwayo ababefikile noPetru bamangala kakhulu, ngokuba isipho sikaMoya oNgcwele sitheliwe naphezu kwabezizwe. Ngokuba babezwa bekhuluma ngezilimi, betusa uNkulunkulu. Khona uPetru waphendula wathi
IzEnzo 10:44-46 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)