Skip to content
I-logo yo Hlelo Lokusebenza lweBhayibheli

IzEnzo 10:41 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

IzEnzo 10:41 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

kungekubantu bonke kodwa kithina esingofakazi ababekhethwe nguNkulunkulu ngaphambili, esasidla siphuza naye emva kokuvuka kwakhe kwabafileyo.

Dlulisela
IzEnzo 10 ZUL59

IzEnzo 10:41 ZUL20 (IsiZulu 2020)

hhayi kubantu bonke, kodwa kithina esingofakazi ababekhethwe nguNkulunkulu phambilini, esasidla siphuza naye, emva kokuba esemvusile kwabafileyo.

Dlulisela
IzEnzo 10 ZUL20

IzEnzo 10:41 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Hhayi kubantu bonke, kodwa kubofakazi abakhethwe ngaphambili nguNkulunkulu, kithina esadla, saphuza naye emva kokuvuka kwakhe kwabafileyo.

IzEnzo 10:41 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Hhayi kubantu bonke, kodwa kubofakazi abakhethwe ngaphambili nguNkulunkulu, kithina esadla, saphuza naye emva kokuvuka kwakhe kwabafileyo.

Dlulisela
IzEnzo 10 CZB24