Yeqela kokuqukethwe

IzEnzo 10:25 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

IzEnzo 10:25 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Kwathi ukuba angene uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ngasezinyaweni zakhe, wakhuleka.

IzEnzo 10 ZUL59

IzEnzo 10:25 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Kuthe uPhethro esezofika khona, uKhorneliyu wamhlangabeza, wawa ngobuso, wathi mbo phansi ngasezinyaweni zikaPhethro, wakhuleka.

IzEnzo 10 ZUL20

IzEnzo 10:25 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

Kwathi esangena uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wakhuleka kuye.

IzEnzo 10:25 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Kwathi esangena uPetru, uKorneliyu wamhlangabeza, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wakhuleka kuye.

IzEnzo 10 CZB24