Yeqela kokuqukethwe

2 kwabaseThesalonika 2:2 - Qhathanisa Zonke Izinguqulo

2 kwabaseThesalonika 2:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

ukuba ningasheshi ninyakaziswe engqondweni yenu, ningethuswa noma ngomoya, noma ngezwi, noma ngencwadi ngokungathi ivela kithi, sengathi usuku lukaKristu selufikile.

2 kwabaseThesalonika 2:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)

ukuba ningasheshi ukuxoveka emqondweni wenu, futhi ningethuswa noma ngomoya, noma ngezwi, noma ngencwadi okungathi ivela kithi, sengathi usuku lukaKhristu selufikile.

2 kwabaseThesalonika 2:2 ZULUNT (Baasraak Zulu New Testament Bible)

ukuze ningasheshi unyakaziswe engqondweni, noma nethuswe, noma ngomoya, noma ngezwi, noma ngencwadi ngokungathi ivela kithi, ngokungathi usuku lukaKristu selusondele.

2 kwabaseThesalonika 2:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Ukuze ningasheshi unyakaziswe engqondweni, noma nethuswe, noma ngomoya, noma ngezwi, noma ngencwadi ngokungathi ivela kithi, ngokungathi usuku lukaKristu selusondele.