2 AmaKhosi 4:34 - Compare All Versions

2 AmaKhosi 4:34 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Wakhuphuka, walala phezu komntwana, wabeka umlomo wakhe phezu komlomo wakhe, namehlo akhe phezu kwamehlo akhe, nezandla zakhe phezu kwezandla zakhe; lapho esekhothama phezu kwakhe, inyama yomntwana yaqala ukufudumala.

2 AmaKhosi 4:34 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Wakhuphuka, walala phezu komntwana, wabeka umlomo wakhe phezu komlomo wakhe, namehlo akhe phezu kwamehlo akhe, nezandla zakhe phezu kwezandla zakhe; lapho esekhothama phezu kwakhe, inyama yomntwana yafudumala.

2 AmaKhosi 4:34 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Wakhuphuka, walala phezu komntwana, wabeka umlomo wakhe emlonyeni wakhe, namehlo akhe phezu kwamehlo akhe, nezandla zakhe phezu kwezandla zakhe; yafudumala inyama yomntwana.