2 AmaKhosi 18:7 - Compare All Versions

2 AmaKhosi 18:7 ZUL20 (IsiZulu 2020)

USimakade waba naye noma kuphi lapho ayeya khona, wachuma, wayihlubuka inkosi yase-Asiriya, akabe esayikhonza.

2 AmaKhosi 18:7 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

UJehova wayenaye; nomaphi lapho eya khona, waphumelela; wayihlubuka inkosi yase-Asiriya, kayikhonzanga.

2 AmaKhosi 18:7 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

UJehova wayenaye; waphumelela nomaphi lapho eya khona, wayihlubuka inkosi yase-Asiriya, akayikhonzanga.