2 AmaKhosi 18:5 - Compare All Versions

2 AmaKhosi 18:5 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Wamethemba uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, akubanga bikho onjengaye emva kwakhe, phakathi kwawo wonke amakhosi akwaJuda, nakulawo ayengaphambi kwakhe.

2 AmaKhosi 18:5 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Wamethemba uJehova uNkulunkulu wakwa-Israyeli kwaze kwangabakho onjengaye phakathi kwawo onke amakhosi akwaJuda nakuwo ayengaphambi kwakhe.

2 AmaKhosi 18:5 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Wathembela kuJehova uNkulunkulu ka-Israyeli; kangangokuthi ngemva kwakhe akuzange kube khona onjengaye phakathi kwawo wonke amakhosi akwaJuda naphakathi kwabo bonke ababengaphambi kwakhe.