2 iziKronike 7:16 - Compare All Versions
2 iziKronike 7:16 ZUL20 (IsiZulu 2020)
Le ndlu ngiyiqokile ngayingcwelisa ukuba igama lami libe kuyo kuze kube phakade. Amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba kuyo njalo.
Dlulisela
2 iziKronike 7 ZUL202 iziKronike 7:16 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)
Manje sengiyikhethile ngayingcwelisa le ndlu ukuba igama lami libe khona lapho kuze kube phakade; amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba khona lapho isikhathi sonke.
Dlulisela
2 iziKronike 7 ZUL592 iziKronike 7:16 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)
Ngokuba manje sengiyikhethile ngayingcwelisa le ndlu ukuba igama lami libe khona lapho kuze kube phakade, amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba lapho njalo.
Dlulisela
2 iziKronike 7 CZB24