1 kuThimothewu 1:12-14
1 kuThimothewu 1:12-14 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngiyambonga ongenzele amandla, uKristu Jesu iNkosi yethu, ngokuba wathi ngikholekile, engimisa enkonzweni; Ngake ngaba ngumhlambazi, nomzingeli, nomhlukumezi, kodwa ngahawukelwa, ngokuba ngangikwenza ngokungazi ngokungakholwa. Kepha umusa weNkosi yethu wavama kakhulu kanye nokukholwa nothando olukuKristu Jesu.
1 kuThimothewu 1:12-14 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngiyambonga uKhristu uJesu iNkosi yethu owangipha amandla, wangibona ngethembekile, wangiqokela emsebenzini wakhe, nakuba ngangikade ngingohlambalazayo, nozingela amakholwa, nohluphayo. Kepha ngahawukelwa, ngokuba ngangikwenza ngokungazi nangokungakholwa. Kepha umusa weNkosi yethu wachichima nokukholwa kanye nothando olukuKhristu uJesu.
1 kuThimothewu 1:12-14 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngiyambonga owangenzela amandla, uKristu Jesu iNkosi yethu, ngokuba wathi ngikholekile, engimisa enkonzweni, noma kade ngingohlambalazayo, nozingelayo, nohluphayo; kodwa ngahawukelwa ngokuba ngakwenza ngokungazi, ngokungakholwa. Kepha umusa weNkosi yethu wavama kakhulu kanye nokukholwa nothando olukuKristu Jesu.
1 kuThimothewu 1:12-14 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)