1 uSamuweli 9:2 - Compare All Versions

1 uSamuweli 9:2 ZUL20 (IsiZulu 2020)

Wayenendodana igama layo kunguSawule, insizwa enhle; kwakungekho muntu omuhle kunaye phakathi kwabantu bakwa-Israyeli. Kusukela emahlombe akhe kuya phezulu wayemude kunabo bonke abantu.

1 uSamuweli 9:2 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

Wayenendodana egama layo lalinguSawule, insizwa enhle; kwakungekho muntu omuhle kunaye phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli; kusukela emahlombe akhe kuya phezulu wayemude kunabo bonke abantu.

1 uSamuweli 9:2 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

Wayenendodana igama layo linguSawule, insizwa enhle nebukekayo; kwakungekho muntu omuhle kunaye phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli; kusukela emahlombe akhe kuya phezulu wayemude kunabo bonke abantu.