I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

1 uSamuweli 8:5-6

1 uSamuweli 8:5-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Wathi kuye: “Bheka, usumdala, amadodana akho awahambi ngezindlela zakho; manje simisele inkosi ukuba isahlulele njengezizwe zonke. Kodwa le ndaba yayimbi emehlweni kaSamuweli lapho bethi: “Sinike inkosi ukuba isahlulele.” USamuweli wakhuleka kuJehova.

Dlulisela
Funda 1 uSamuweli 8

1 uSamuweli 8:5-6 IsiZulu 2020 (ZUL20)

athi kuye: “Bheka, usumdala manje, amadodana akho awahambi ezindleleni zakho; sibekele inkosi ukuba isehlulele njengezizwe zonke.” Kodwa lokho kwaba kubi emehlweni kaSamuweli, lapho ethi: “Sinike inkosi ukuba isehlulele.” USamuweli wayesekhuleka kuSimakade.

Dlulisela
Funda 1 uSamuweli 8

1 uSamuweli 8:5-6 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

athi kuye: “Bheka, usumdala, amadodana akho awahambi ngezindlela zakho; sibekele inkosi ukuba isahlulele njengezizwe zonke.” Kepha leyo nto yaba mbi emehlweni kaSamuweli, lapho bethi: “Siphe inkosi ukuba isahlulele.” USamuweli wayesekhuleka kuJehova.

Dlulisela
Funda 1 uSamuweli 8

1 uSamuweli 8:5-6 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Wathi kuye: “Bheka, usumdala, amadodana akho awahambi ngezindlela zakho; manje simisele inkosi ukuba isahlulele njengezizwe zonke. Kodwa le ndaba yayimbi emehlweni kaSamuweli lapho bethi: “Sinike inkosi ukuba isahlulele.” USamuweli wakhuleka kuJehova.

Dlulisela
Funda 1 uSamuweli 8
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo