1 uSamuweli 24:7 - Compare All Versions

1 uSamuweli 24:7 ZUL20 (IsiZulu 2020)

UDavide wabathiya abantu bakhe ngalawo mazwi, akaze abavumela ukuba bamvukele uSawule. USawule wasuka emgedeni, waqhubeka nohambo.

1 uSamuweli 24:7 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

UDavide wabathiya ngalawo mazwi, akabavumelanga ukuba bamvukele uSawule. USawule wasuka emhumeni, wahamba.

1 uSamuweli 24:7 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

UDavide wazibamba izinceku zakhe ngala mazwi, akazivumelanga ukuba zivukele uSawule. Kodwa uSawule wasukuma emhumeni waqhubeka.