1 uSamuweli 20:17 - Compare All Versions

1 uSamuweli 20:17 ZUL20 (IsiZulu 2020)

UJonathani waphinda wamfungisa mayelana nokumthanda kwakhe, ngokuba wayemthanda njengoba ezithanda yena.

1 uSamuweli 20:17 ZUL59 (IBHAYIBHELI ELINGCWELE)

UJonathani waphinda wamfungisa ukumthanda kwakhe, ngokuba wamthanda njengokuba ethanda umphefumulo wakhe.

1 uSamuweli 20:17 CZB24 (Contemporary Zulu Bible 2024)

UJonathani waphinda wafungisa uDavide, ngokuba wayemthanda, ngokuba wayemthanda njengoba ethanda umphefumulo wakhe.