1 kaPetru 4:1-2
1 kaPetru 4:1-2 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho-ke njengalokhu uKristu wahlupheka ngenxa yethu enyameni, hlomani nani kanjalo umqondo ofanayo; ukuze isikhathi esiseleyo enyameni angabe esaphila ezinkanukweni zabantu, kodwa ngentando kaNkulunkulu.
1 kaPetru 4:1-2 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Njengalokhu uKhristu ahlupheka emzimbeni, hlomani nani ngokuqonda okunjalo, ngokuba ohlupheke emzimbeni uyayeka ukona, ukuze ngalesi sikhathi esisasele nisesemzimbeni ningabe nisaphila ngezinkanuko zabantu, kodwa ngentando kaNkulunkulu.
1 kaPetru 4:1-2 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Njengokuba uKristu wahlupheka enyameni, hlomani nani ukuqonda okunjalo, ngokuba ohluphekile enyameni uyekile ukona, ukuze ngesikhathi esiseleyo nisesenyameni ningabe nisahlala ngezinkanuko zabantu kodwa ngentando kaNkulunkulu.
1 kaPetru 4:1-2 New International Version (NIV)
Therefore, since Christ suffered in his body, arm yourselves also with the same attitude, because whoever suffers in the body is done with sin. As a result, they do not live the rest of their earthly lives for evil human desires, but rather for the will of God.